Useqinisekise ukuthi ngeke asahamba odlala kuGenerations

Johannesburg - Umlingisi ohamba phambili kuGenerations:The Legacy useshaye ungqimphothwe waveza ukuthi ngeke asawushiya lo mdlalo owuchungechunge.

Ngo-Agasti iGenerations:The Legacy yakhipha isitatimende imemezela ukuthi uVuyo Dabula, odlala indawo kaKumkani “Gadaffi” Phakade, uyawushiya lo mdlalo.

Lezi zindaba zashiya abalandeli beshaqekile ngoba uDabula ungomunye wabadlali abaphambili kulo mdlalo.

Lokhu kwalandelwa ngumbiko okhethekile weThe Juice ngemuva kwemithombo ethembekile eyadalula ukuthi uDabula uxoxisana nabakhiqizi balo mdlalo ekutheni bafinyelele esivumelwaneni sokuthi angahambi.

OLUNYE UDABA: Angase axoshwe ongalingisi kahle kwi-Generations entsha

Ngaleso sikhathi, okhulumela iGenerations:The Legacy, uGaaratwe Mokhethi wanqaba ukuqinisekisa le mibiko, wathi ophrojusa bayazama ukugcina abalandeli bejabule.

Kuleli sonto uMokhethi uziqinisekisile ezokuthi uDabula akayi ndawo.

"UVuyo akayi ndawo ngoba sinobudlelwano obuhle naye ngokomsebenzi. Ababukeli bayamthanda kakhulu, yingakho sinqume ukubuyekeza isinqumo sethu,” kusho uMokhethi etshela iCity Press

“Senginokuxhumana okukhona nabalandeli bami kanti futhi kusasekuseni kakhulu ukuthi sengingabashiya,” kusho uDabula.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10301 votes
It's four more years for Trump
53% - 11518 votes
Vote
ZAR/USD
16.39
(-0.33)
ZAR/GBP
21.19
(+0.32)
ZAR/EUR
19.14
(+0.48)
ZAR/AUD
11.52
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.13)
Gold
1866.00
(-0.69)
Silver
23.20
(-0.88)
Platinum
848.00
(-2.47)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2195.50
(-2.58)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo