Usesayiniswe yiDowns umdlali weBafana

Pretoria - Kubikwa ukuthi umdlali weBafana Bafana, u-Anele Ngcongca, usesayine eqenjini leMamelodi Sundowns.

IKickOff.com ibika ukuthi lo mdlali wasemuva kulindeleke ethulwe yiDowns ngokusemthethweni ezinsukwini ezimbalwa ezizayo.

Funda nalolu daba: UHunt akagculisekile kangako ngeqembu lakhe

UNgcongca, oshiye iqembu laseBelgium, iRacing Genk, kukholakala ukuthi usayine inkontileka yeminyaka emine neSundowns ngokusho kwemithombo esondelene nalololu daba.

"Yinkontileka yeminyaka emine. ISundowns kulindeleke yenze isimemezelo maduzane,” kusho umthombo.

UNgcongca uzobuyela eNingizimu Afrika okokuqala cishe eminyakeni elinganiselwa kweyishumi eseBelgium.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 3722 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2538 votes
No, I don't think they need it
37% - 3608 votes
Vote
ZAR/USD
15.10
(-0.29)
ZAR/GBP
21.12
(-0.59)
ZAR/EUR
18.16
(+0.02)
ZAR/AUD
11.76
(-0.54)
ZAR/JPY
0.14
(+0.37)
Gold
1718.47
(+0.47)
Silver
26.09
(+0.37)
Platinum
1169.00
(+1.25)
Brent Crude
63.94
(+2.19)
Palladium
2373.00
(+1.99)
All Share
68198.79
(-0.19)
Top 40
62698.81
(-0.26)
Financial 15
12766.32
(+1.55)
Industrial 25
88482.92
(-1.34)
Resource 10
69623.98
(+0.58)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo