Usesimweni esicucayi opheshulwe umoya emi kwi-balcony eMhlanga

Durban - Owesifazane waseThekwini usesimweni esibucayi esibhedlela kulandela ukuthi esuke kwi-balcony wayosacazeka phansi ebhilidini ahlala kulo eliseMhlanga, ngoLwesine ntambama.

Okhulumela abezimo eziphuthumayo bakwaNetcare911, uNick Dollman, uthe abosizo lokuqala baphuthume endaweni yesigameko bafica lo wesifazane elele phansi.

Kukholakala ukuthi lo wesifazane ubehleli ezipholele kwi-balcony ngesikhathi kufika umoya obuvunguza ngamandla wamdudula wabe eseyahluleka ukubambelela, wayowela phansi.

OLUNYE UDABA: Kushone 4 kubhidlika i-balcony ephathini

“Imibiko esiyithole endaweni yesigameko itshengisa ukuthi lo wesifazane uwe esuka phezulu kwi-balcony wayosacazeka phansi, nokuyilapho etholwe khona," esho.

“Abezimo eziphuthumayo babe sebesebenzisa iladi elisetshenziswa abatakuli bakwaNetcare911 ukugibela kulolu donga oluphakeme ukuze bakwazi ukufinyelela kulo wesifazane base beyamhlenga."

Babe sebemnikeza usizo lwezempilo, waphuthunyiswa esibhedlela iSt Augustine’s ukuze ayothola okunye ukwelashwa.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Is social media doing more harm than good?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, our children are exposed and we can't protect them
49% - 4435 votes
Yes, but social media is part of the new reality
46% - 4104 votes
No, it's great for growing a child's world view
5% - 457 votes
Vote
USD/ZAR
14.06
+0.1%
GBP/ZAR
19.72
+0.3%
EUR/ZAR
17.13
+0.2%
AUD/ZAR
11.05
+0.2%
JPY/ZAR
0.13
+0.1%
Gold
1,831.32
0.0%
Silver
27.45
0.0%
Palladium
2,929.64
0.0%
Platinum
1,256.50
0.0%
Brent Crude
68.28
+0.3%
Top 40
62,573
+1.4%
All Share
68,520
+1.4%
Resource 10
71,474
+2.1%
Industrial 25
86,856
+0.9%
Financial 15
12,711
+1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo