Usheshe wafika uKhisimusi kobambe iLotto ka-R21.6m

Cape Town – Uthole isipho sikaKhisimusi abengasilindele owesilisa waseKapa odlale iLotto ngo-R30 wabe esehlabana ngo-R21.6m, kusho inkampani eyongamele iLotto, iThuba ngoLwesihlanu.

"Awazi ukuthi lokhu kuzoyiguqula kanjani impilo yami neyomndeni wami,” kusho lowo ohlabene, ngezwi likamkhulumela wale nkampani uZukiswa Nomnganga.

Le ndoda ithi sekuphele iminyaka eminingi idlala iLotto kepha ibingakaze iwine lutho ngaphambilini, “kepha ibingalilahlile ithemba”, kuqhuba uNomnganga.

OLUNYE UDABA: Uwine iLotto obeyidlala ethi ulaya umyeni wakhe

Le ndoda, edonsela eminyakeni engu-60 ubudala, yadlala leli thikithi leLotto eRetreat Mall, eKapa, yase iwina ngomhlaka-17 Disemba.

"Ngemuva kokubona ukuthi iyibambile iLotto, le ndoda ipotshozele indodana yayo kuphela ngalezi zindaba ezimnandi.”

UNomnganga uthe le ndoda ifikile emahhovisi abo lapho ifike yathola khona ukwelulekwa mayelana nokuphatha imali.

Le ndoda iveze ukuthi le mali izoyilondolozela ukuthi ingahlupheki mhla isithatha umhlalaphansi, kuthi ngenye esele iqale ngayo ibhizinisi, enye iyibekele izingane zayo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10287 votes
It's four more years for Trump
53% - 11504 votes
Vote
ZAR/USD
16.39
(-0.33)
ZAR/GBP
21.19
(+0.32)
ZAR/EUR
19.14
(+0.48)
ZAR/AUD
11.52
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.13)
Gold
1866.00
(-0.69)
Silver
23.20
(-0.88)
Platinum
848.00
(-2.47)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2195.50
(-2.58)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo