Ushiye angalazi uthishela kuthishanhloko "ongenangqondo"

Durban - Kuputshuke inkulumo eqoshiwe eshaqisayo, lapho uthisha wesifazane eshiya angalazi kuthishanhloko ngesikhathi bexabana phambi kwabanye othisha.

 Kule nkulumo edonsa imizuzu engaphezu kweyishumi kuzwakala lo thisha obedinwe eveva etshela uthishanhloko ezikabhoqo ukuthi uyinto engenangqondo, engenamsebenzi walutho, esho ngisho izinto ezihlambalazayo.

Lab' othisha ngabakwaNositha Primary ePort Shepstone, enyakatho yeKwaZulu-Natal kanti bobabili ngabaseGamalakhe.  

OLUNYE UDABA:Uthishanhloko usolwa ngokweba impuphu

Le nkulumo iputshuke yasabalala njengoba kunqakiswana ngayo ezinkundleni zokuxhumana kanti ikushiya ubambe ongezansi.

Uthisha wesifazane uNkz Zibusiso Cele, 39, uzwakala etshela uthishanhloko uMnu Nyoni Mzobe, 60, ukuthi awukho umsebenzi wakhe esikoleni, kuzwakala nabanye othisha bekhuza, bezama ukumthulisa.

Indlela adinwe ngayo kule nkulumo uzwakala ekhuluma kuze kube sengathi uphelelwa wumoya, abanye othisha bamphuzise amanzi, ILANGA LANGESONTO. 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
37% - 2303 votes
I'll wait to see how others respond
27% - 1674 votes
No, I don't think they need it
37% - 2288 votes
Vote
ZAR/USD
14.94
(+0.39)
ZAR/GBP
20.83
(+0.93)
ZAR/EUR
18.10
(+0.85)
ZAR/AUD
11.59
(+1.84)
ZAR/JPY
0.14
(+0.36)
Gold
1758.63
(-0.66)
Silver
26.63
(-3.09)
Platinum
1189.00
(-2.13)
Brent Crude
66.03
(-0.11)
Palladium
2339.50
(-2.29)
All Share
66025.38
(-2.16)
Top 40
60662.38
(-2.26)
Financial 15
12135.57
(-1.61)
Industrial 25
85791.80
(-1.21)
Resource 10
67681.95
(-3.82)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo