Ushonele esibhedlela ozokhele ngomlilo ngoba umyeni ‘eqonyiwe’

Nakuru – Owesifazane waseNakuru, eKenya, ozokhele ngomlilo ngemuva kokuthola ukjuthi umyeni wakhe uqonyiwe, ugcine eshonele esibhedlela ngenxa yokusha kabi.

Ngokusho kombiko weStandard Media, uCynthia Njoki, 28, ushone ngoLwesithathu ebusuku.

Ubelimele kabi ezandleni, emzimbeni, emathangeni nasebusweni ngemuva kokuzibhunyela ngoketshezi oluphemba umlilo.

OLUNYE UDABA: Ozithwele uzithungele ngomlilo esola umyeni ngokuphinga

UNjoki kuthiwe uxabane nomyeni wakhe ngemuva kokuthi engabuyanga ekhaya ngoMgqibelo ebusuku.

Kuthiwa kumcasule kakhulu lokhu uNjoki wase engena egumbini lokulala wazithungela ngomlilo.

"Singicike kakhulu isenzo somyeni wami, yingakho ngizishisile,” kusho uNjoki engakashoni.

UNjoki kuthiwa ushona nje, ubekhulelwe.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
36% - 1851 votes
I'll wait to see how others respond
27% - 1394 votes
No, I don't think they need it
37% - 1872 votes
Vote
ZAR/USD
14.52
(+0.13)
ZAR/GBP
20.52
(+0.06)
ZAR/EUR
17.65
(+0.14)
ZAR/AUD
11.54
(-0.37)
ZAR/JPY
0.14
(+0.73)
Gold
1796.88
(-0.48)
Silver
27.76
(+0.44)
Platinum
1255.50
(+0.81)
Brent Crude
64.18
(+0.19)
Palladium
2434.00
(+3.95)
All Share
66200.76
(+0.42)
Top 40
60747.41
(+0.42)
Financial 15
12354.99
(+0.99)
Industrial 25
86550.38
(-0.10)
Resource 10
66735.02
(+0.89)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo