Ushonile umfana odutshulwe ehamba nogogo wakhe

Little Rock – Ushonile umfana oneminyaka emithathu ubudala obezikhiphe nogogo wakhe ngemuva kwesehlakalo sokudubula esenzeke emgwaqeni.

Umsolwa uvulele ngenhlamvu ebhekise emotweni kagogo ngoba ethi uhamba kancane, kusho amaphoyisa.

Umfana nogogo wakhe bebemile ku-stop  eLittle Rock ngoMgqibelo ebusuku ngesikhathi umshayeli ephuma emotweni evulela ngenhlamvu ecikwa ukuthi bahamba kancane, kusho amaphoyisa.

OLUNYE UDABA: Idelakufa libulale 30 wamasosha

Amaphoyisa afike enxanxatheleni yezitolo athola umfana emotweni ebipake ngaphandle kwesitolo sase-JCPenney.

Umfana uphuthunyiswe esibhedlela, nokuyilapho eshonele khona ngokuhamba kwesikhathi.

Amaphoyisa athe athungatha umsolwa ongowebala elimnyama obehamba ngemoto yohlobo lwe-Chevrolet Impala. Amaphoyisa awazange enabe ngemininingwane ngomsolwa.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6255 votes
It's four more years for Trump
54% - 7360 votes
Vote
ZAR/USD
16.28
(+0.18)
ZAR/GBP
21.44
(+0.04)
ZAR/EUR
19.33
(+0.16)
ZAR/AUD
11.59
(+0.16)
ZAR/JPY
0.16
(+0.13)
Gold
1913.79
(-0.39)
Silver
24.87
(-0.24)
Platinum
888.00
(+0.56)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2410.00
(+1.07)
All Share
55345.49
(+0.13)
Top 40
50905.12
(+0.11)
Financial 15
10138.60
(+1.83)
Industrial 25
74577.70
(-1.31)
Resource 10
54447.94
(+1.23)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo