Ushonile umlisa owe esikhafuleni

Johannesburg – Umlisa oneminyaka engu-28 ubudala ushonile ngemuva kokuwela phansi esuka phezulu esikhafuleni esingu-15m ubude e-warehouse ekuBrakfontein Road eMidstream, enyakathi neGoli ngoMsombuluko.

Abosizo lokuqala bafike endaweni yesehlakalo bathola umlisa elele phansi, ngaphansi kwesikhafula, kusho okhulumela abakwa-ER24 uRussel Meiring.

"Ngesikhathi bemhlolwa, abosizolokuqala bathole ukuthi isisulu silimele kabi ekhanda nasesifubeni, futhi sisesimeni esibucayi.”

Funda nalolu daba: Zitholwe ziyizidumbu izithandani epulazini

Abosizo lokuqala bazamile ukumelapha endaweni yesehlakalo ngaphambi kokuba bamdlulisele esibhedlela iMediClinic Midstream.

Lo mlisa uthole ukwelashwa kulesi sibhedlela ngaphambi kokuba adluliselwe kwesinye isibhedlela esizimele ngendiza enophephela emhlani, kodwa ngeshwa washonela endleleni.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5684 votes
It's four more years for Trump
54% - 6723 votes
Vote
ZAR/USD
16.41
(+0.18)
ZAR/GBP
21.42
(-0.49)
ZAR/EUR
19.46
(+0.05)
ZAR/AUD
11.62
(-0.21)
ZAR/JPY
0.16
(-0.24)
Gold
1918.15
(+0.41)
Silver
25.00
(+1.08)
Platinum
874.00
(+0.40)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2401.50
(+0.50)
All Share
55084.14
(-0.34)
Top 40
50638.20
(-0.42)
Financial 15
9978.38
(+0.22)
Industrial 25
74967.37
(-0.79)
Resource 10
53731.39
(-0.11)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo