USiyabonga Nhlapo uyena ozovala isikhala sikaBoxall

Durban - Iqembu elisanda kuthatha indebe yeNedbank Cup iSuperSport United isisayine umdlali wasemuva weBafana Bafana.

USiyabonga Nhlapo ujoyine leli qembu ngenkontileka yeminyaka emithathu esuka kuBidvest Wits.

UNhlapo ubesehlale amasizini amane kumaClever Boys, wabolekwa iHighlands Park okwesikhashana njengoba esejoyina leli qembu laseTshwane.

Lo mdlali uzongena endaweni kaMichael Boxall owadedelwa ekuqaleni kwalo nyaka.

OLUNYE UDABA:Sibanjwe inkunzi isilomo seBafana saphucwa u-R50k

Okwamanje lo mdlali udlalela iqembu lesizwe njengoba lizobhekana neqembu laseBotswana ngoMgqibelo kowe-Chan Qualifier.

UMphathi wamaTsatsantsa uStan Matthews uthe: “USiya wumdlali ebesimbheke isikhathi eside futhi siyilandela nendlela adlala ngao kuBafana Bafana futhi nanokuthi uhlezi ebizwa njalo uma leli qembu lizodlala.

Sayithanda kakhulu indlela abedlala ngayo kuBidvest Wits futhi liyancomeka neqhaza lakhe ngokusiza leli qembu lihlale endaweni yesibili neyesithathu ngamasizini ka-2014/15 nango-2015/16.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6811 votes
It's four more years for Trump
54% - 7922 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(+0.81)
ZAR/GBP
21.20
(+1.15)
ZAR/EUR
19.15
(+1.10)
ZAR/AUD
11.53
(+0.66)
ZAR/JPY
0.15
(+1.01)
Gold
1903.91
(-0.91)
Silver
24.71
(-0.98)
Platinum
885.00
(+0.23)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2382.50
(-0.08)
All Share
54796.42
(-0.99)
Top 40
50276.84
(-1.23)
Financial 15
10376.28
(+2.34)
Industrial 25
74130.97
(-0.60)
Resource 10
52819.20
(-2.99)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo