USomizi uphawule nge-#OpenUpTheIndustry

Johannesburg - OyiJaji lohlo ama-South African Idols uSomizi "SomGaga" Mhlongo uphawule ngdodaba lwe-#OpenUpTheIndustry.

USomizi ukhulume ngodaba enkundleni yezokuxhumana wafaka ivideo wathi: "Ngabe sekwake kwakufikela kuwe ukuthi lo mkhakha iwona msebenzi wabo?"

OLUNYE UDABA: USomizi uthi uzoshaya into ethi, 'ratatata' emcimbini

Lesi sihlabani siqhube sathi uma abantu benogqozu nge-#OpenUpTheIndistry mawumbe kufanele bayeke imisebenzi yabo babeyisibonela bona kuqala.

"Angivuke nhalo ekuseni ngiye kaWoolworths ngiyosebenza mase ngezithuba zabo-17:00 ngiyokwethula izinhlelo noma ngiyodansa. Cha, uma ingekho imicimbi kuphelile ngami."

"Ngakho ke nichaze ukuthini ukuthi anginike ezinye izingane ithuba? Ngiphole ngihlale ekhaya?"

Lolu daba lwe- #OpenUpTheIndustry sekuphele izinyanga ezimbalwa luqhubeka, abantu bekhala ngokuthi sekuyisikhathi sobuso obusha kulo mkhala wezokujabula.

IVIDEO:

Blah blah the industry

A video posted by Somizi (@somizi) on

 - Drum

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 8039 votes
It's four more years for Trump
53% - 9189 votes
Vote
ZAR/USD
16.27
(-0.31)
ZAR/GBP
21.21
(-0.23)
ZAR/EUR
19.21
(+0.01)
ZAR/AUD
11.61
(-0.37)
ZAR/JPY
0.16
(-0.17)
Gold
1898.99
(+0.05)
Silver
24.16
(-1.07)
Platinum
889.76
(-0.54)
Brent Crude
41.24
(0.00)
Palladium
2350.00
(-0.71)
All Share
55188.34
(-0.27)
Top 40
50550.75
(-0.28)
Financial 15
10695.78
(-0.88)
Industrial 25
74806.64
(-0.13)
Resource 10
52438.54
(-0.23)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo