'UStofile ubeyisibonelo okumele uZuma abukele kusona'

Cape Town – UReverend Makhenkesi Stofile uyisibonelo ubuholi be-ANC bamanje okumele bubukele kusona, kusho uSipho Pityana emngcwabeni obungoLwesine.

“Wayesolwa ngenkohlakalo; kwasungulwa ikhomishana ukuba yenze uphenyo. Akazange acashe ezintangeni. Wavuma ukuba aphenywe,” usho kanje etshela abebehambele inkonzo yomngcwabo eFort Hare University Sports Complex.

Phakathi kwabebehambele inkonzo yomngcwabo kubalwa uKgalema Motlante, Pravin Gordhan, Fikile Mbalula noTrevor Manuel.

Funda nalolu daba: 'Asazi sizobafihlangani abazali bethu'

“Akazange axhaphaze izinhlaka zoMbuso ngenhloso yokuzivikela,” kusho uPityana, ongusomabhizinisi.

“Akazange azame ukuvimbela uphenyo; akazange aphazamise ukusebenza kweNational Prosecuting Authority, amaphoyisa, ezobunhloli noma ezinye izinhlaka zezokuphepha ukuze azivikele,” usho kanje, ‘eqondise’ kuMengameli uJacob Zuma.

UStofile ushone ngo-Agasti 15. Ubeneminyaka engu-71 ubudala.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 3395 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2328 votes
No, I don't think they need it
36% - 3274 votes
Vote
ZAR/USD
14.92
(+0.01)
ZAR/GBP
20.81
(+0.06)
ZAR/EUR
17.99
(+0.25)
ZAR/AUD
11.65
(+0.20)
ZAR/JPY
0.14
(+0.27)
Gold
1725.10
(-0.64)
Silver
26.60
(-0.37)
Platinum
1204.00
(+0.59)
Brent Crude
62.54
(-1.55)
Palladium
2348.00
(-0.57)
All Share
68943.63
(+0.63)
Top 40
63468.15
(+0.58)
Financial 15
12668.94
(+0.80)
Industrial 25
90071.16
(+1.03)
Resource 10
70427.55
(-0.16)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo