Usubhuliwe umlilo oqale eBetty's Bay ngoMgqibelo ebusuku

Cape Town – Kugqabuke ilangabi endaweni yaseBetty’s Bay ngoMgqibelo ebusuku, kodwa abezicishamlilo sebeqinisekise ukuthi ubhulwe wonke umlilo.

Ngokusho komphathi wenhlangano eyaziwa ngeNeighbourhood Watch uJurika Rabie, kudingeke ukuba kukhishwe izakhamuzi ezindlini ezingu-15 ukuze zivikeleke njengoba abezicishamlilo bebematasa bezama ukubhula ilangabi.

IMeya yendawo yase-Overstrand uRudolph Smith, ozifikele mathupha kule ndawo uthe abezicishamlilo bakwazile ukuwubhula lo mlilo kungakenzeke umonakalo omkhulu.

ÖLUNYE UDABA:IZITHOMBE: Sekujutshwe namasosha ukuba azocima umlilo

“Abezicishamlilo basebenze ngokukhulu ukuzikhandla ukubhula lo mlilo ngoba ubuzodala omkhulu umonakalo.

“Umoya obuvunguza ngamandla ubheke entshonalanga yiwona obuthusa kakhulu izakhamuzi zakule ndawo.

Lo mlilo ulandela isehlakalo esalimaza imizi engu-600 ngesikhathi kusha indawo yaseKnynsa. Kulesi sehlakalo abantu abalinganiselwa ku-10 000 basala dengwane bengenawo amakhaya kanti futhi kwashona abantu abayisikhombisa okubalwa kubo nevolontiya elalisiza ukucisha umlilo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6720 votes
It's four more years for Trump
54% - 7819 votes
Vote
ZAR/USD
16.21
(+0.76)
ZAR/GBP
21.21
(+1.09)
ZAR/EUR
19.18
(+0.93)
ZAR/AUD
11.52
(+0.70)
ZAR/JPY
0.15
(+0.92)
Gold
1900.89
(-1.06)
Silver
24.57
(-1.48)
Platinum
877.51
(-0.54)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2389.99
(+0.28)
All Share
54796.42
(-0.99)
Top 40
50276.84
(-1.23)
Financial 15
10376.28
(+2.34)
Industrial 25
74130.97
(-0.60)
Resource 10
52819.20
(-2.99)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo