Usucishiwe umlilo obusha ebholidini eThekwini

Durban - Selibhuliwe ilangabi ebelivutha ebhilidini elimaphakathi nedolobha iTheku iLonsdale Hotel.

Izicishamlilo zisaqhubeka nomsebenzi kuleli bhilidi elisekhoneni likaGillespie Street noDr Pixley KaSeme Street(West Street).

Okhulumela amaphoyisa omgwaqo uParboo Sewpersad uthe amaphoyisa amatasa asiza abashayeli bezimoto ngokuhamba kweminye imigwaqo khona edolobheni.

OLUNYE UDABA:BUKA: Kusha ibhilidi eGoli

"Izicishamlilo zimatasa endaweni yesigameko kanti bonke abantu bakhishiwe ebhilidini. Asikho isiminyaminya, umgwaqo uvaliwe kuDr Pixley KaSeme ophakathi kuka-OR Tambo noMahatma Ghandi," usho njalo.

Owezimo eziphuthumayo iRescue Care uGarrith uJamieson, uthe abantu abebengaphakathi ebhilidini bakhishwe bonke kanti ayikho imibiko yabalimele.  

 - TWITTER:

- Newswatch

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 3759 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2550 votes
No, I don't think they need it
37% - 3644 votes
Vote
ZAR/USD
15.30
(-1.60)
ZAR/GBP
21.24
(-1.18)
ZAR/EUR
18.31
(-0.77)
ZAR/AUD
11.82
(-1.06)
ZAR/JPY
0.14
(-0.68)
Gold
1697.41
(-0.76)
Silver
25.33
(-2.55)
Platinum
1126.50
(-2.63)
Brent Crude
63.94
(+2.19)
Palladium
2335.00
(+0.34)
All Share
67743.54
(-0.85)
Top 40
62250.03
(-0.97)
Financial 15
12674.59
(+0.82)
Industrial 25
87893.58
(-1.99)
Resource 10
69264.74
(+0.06)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo