UTeko uthi iSundowns isengakuphinda futhi lokho

Johannesburg - UTeko Modise uthi iMamelodi Sundowns isengakuphinda ukuwina isicoco seligi ngoba isilambele kakhulu kunamanye amaqembu.

AmaBrazilians enza into yamehlo enkundleni kulezi zinsuku, njengoba esenqobe imidlalo engu-10 kwengu-11, okubalwa nowamanqamu eTelkom Knockout Final eshaya iKaizer Chiefs.

Kumanje leli qembu lizongena ku-2016 lihlezi esicongweni, kepha uModise uthi usemningi umsebenzi obahlalele.

OLUNYE UDABA: UTeko ubaleke wayocasha kuxabana intombi nosaziwayo

"Asizange siyiqale kahle isizini, kepha sikwazile ukuvuka sizithathe ngesikhathi esifanele," esho exoxisana neKickOff.com.

“Asinayo inkinga yabazali abangekho efomini, konke kuhamba kahle njengamanje. Umzuliswano wokugcina uzobe unzima kakhulu ngoba kunemidlalo eminingi, okubalwa neye-CAF Champions League.

"Sinethuba elifana nelamanye amaqembu okuthatha iligi, kepha umehluko ukuthi thina siyilambele kakhulu."

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6240 votes
It's four more years for Trump
54% - 7338 votes
Vote
ZAR/USD
16.34
(-0.16)
ZAR/GBP
21.48
(-0.17)
ZAR/EUR
19.38
(-0.08)
ZAR/AUD
11.61
(-0.07)
ZAR/JPY
0.16
(-0.13)
Gold
1914.57
(-0.35)
Silver
24.87
(-0.27)
Platinum
888.00
(+0.51)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2413.00
(+1.19)
All Share
55345.49
(+0.13)
Top 40
50905.12
(+0.11)
Financial 15
10138.60
(+1.83)
Industrial 25
74577.70
(-1.31)
Resource 10
54447.94
(+1.23)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo