Cape Town – Ngasekuqaleni konyaka uPastor Motsoeneng, odume ngelikaMboro watshela abantu ukuthi ubevakashele ezulwini futhi washutha nezithombe ezifakazela lokho.
Ngokuhamba kwesikhathi le ndoda yakuphika konke lokho.
Funda nalolu daba: Kubikwa ukuthi kunombango ngoBabes Wodumo
Manje, lo mholi we-Incredible Happenings Ministry usezithengela imoto kanokusho, ngokwezithombe ezifakwe ku-Twitter.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.