Uthi usizwe ukungalali umfundi ophase ngamalengiso

Midrand – Umfundi kamatikuletsheni obefunda kwesinye sezikole zaseLimpompo, iTshivhase Secondary, uthi usizwe ukungalali nokuthi kwesinye isikhathi afunde amahora angaphezu kwangu-12 ukuze akwazi ukuthi aqwaqwade emakhanda ozakwabo esigabeni esaziwa ngokuthi u-quintile two, nokuyisigabe sezikole ezisilele emuva ngokwentuthuko.

Ekhuluma neSAnews, kulandela ukumenyezelwa kwemiphumela yeNational Senior Certificate (NSC) kunyaka ka-2016 ngoLwesithathu, uMalaba Nemavhadwe uthe akakwazi nokuzibamba ngendlela ajabule ngayo.

OLUNYE UDABA: 'Zibonakele izithelo zokudluliswa kwabafundi ababefeyile u-Grade 11'

“Ngisebenze nabangani kumaqoqwana okufunda, lokho kungisize kakhulu. futhi abazali bami nothisha nabo bebenokweseka.

“Kudingeke ukuthi ngisebenze kakhulu uma ubheka ukuthi besingenabo ubuchwepheshe bama-computer bakamuva. Bekudingeka ukuthi ngihambele kude ukuze ngifinyelele kwi-nternet café bese ngisebenzisa imali,” kusho uMalaba, nohlela ukufunda i-Actuarial Science.

Uqhube wathi uyaziqhenya kakhulu ngemiphumela yakhe yize noma ubumningi umsebenzi obekumele awenze ekubeni ngakolunye uhlangothi ubekhathazekile ngokuthi uzosithola yini isikhala sokufunda enyuvesi kanjalo nokuthi uzowuthola yini umfundaze. 
We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10294 votes
It's four more years for Trump
53% - 11516 votes
Vote
ZAR/USD
16.39
(-0.33)
ZAR/GBP
21.19
(+0.32)
ZAR/EUR
19.14
(+0.48)
ZAR/AUD
11.52
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.13)
Gold
1866.00
(-0.69)
Silver
23.20
(-0.88)
Platinum
848.00
(-2.47)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2195.50
(-2.58)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo