Uthi wakhubeka kwase kudlwenguleka ingane ngephutha

Riyadh - Injinga yaseSaudi Arabia u-Ehsan Abdulaziz uphume phambili ecaleni lokudlwengula ngemuva kokuchazela inkantolo ukuthi “wakhutshwa yinto ethile kwase kudlwenguleka” ingane yentombazane.

Ngokubika kwephephandaba lase-UK i-Independent, u-Abdulaziz, 46, ubesolwa ngokudlwengula intombazane, 18, eyayilele kusofa wakwakhe ngemuva kokuyozijuxuza nayo ubusuku bonke kuphuzwa notshwala.

U-Abdulaziz uthe wayevele eselwenzile ucansi nomngani wale ntombazane egumbini lakhe lokulala.

OLUNYE UDABA: Igwetshiwe indoda 'ehalayo' ngelokudlwengula udadewabo

Uthi kungenzeka ukuthi “idawa” yakhe yayilunguzile e-andeni ngesikhathi ekhubeka wase ewela phezu kwale ntombazane kanti “ubuntu bakhe buzongena enkomeni yale ntombazane”.

Isidoda sakhe nolibofuzo kwatholakala ngaphakathi kule ntombazane, wathi lokhu kwenziwa ukuthi wayekade esanda kwenza ucansi.

“Ngiluphele, ngawa kwase kwenzeka iphutha. Angizange ngidlwengule muntu,” esho.

Icala libe seliyamvuna.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5620 votes
It's four more years for Trump
54% - 6659 votes
Vote
ZAR/USD
16.40
(+0.25)
ZAR/GBP
21.35
(-0.19)
ZAR/EUR
19.45
(+0.08)
ZAR/AUD
11.61
(-0.11)
ZAR/JPY
0.16
(-0.03)
Gold
1918.31
(+0.42)
Silver
24.98
(+1.03)
Platinum
877.00
(+0.69)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2409.50
(+0.84)
All Share
55144.16
(-0.23)
Top 40
50653.15
(-0.39)
Financial 15
9913.11
(-0.43)
Industrial 25
75170.89
(-0.52)
Resource 10
53810.85
(+0.04)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo