Utholakale egwaziwe obecela u-lift ngaseMpangeni

Durban – Amaphoyisa athungatha abasolwa abashaye base begebenga owesilisa obezama ukuthola u-lift ngasemgwaqeni omkhulu u-N2.

Ngokombiko weZululand Observer, le ndoda itholakale iqulekile kuJohn Ross Parkway, ngaseMpangeni, ngabo-11:30 inamanxeba okugwazwa esifubeni,.

OLUNYE UDABA: Uzithole esesenkingeni obecele u-lift emotweni ethile

Kukholakala ukuthi ummese ube usubhoboza iphaphu elingakwesobunxele lale ndoda.

Ibe isithola usizo lwezempilo endaweni yesigameko kwabe-EMRS ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela saseNgwelezane.

Umbiko uphetha ngokuthi bekungakaboshwa muntu ngalesi sigameko.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
37% - 2246 votes
I'll wait to see how others respond
27% - 1643 votes
No, I don't think they need it
37% - 2242 votes
Vote
ZAR/USD
14.94
(+0.39)
ZAR/GBP
20.78
(+1.19)
ZAR/EUR
18.11
(+0.79)
ZAR/AUD
11.64
(+1.45)
ZAR/JPY
0.14
(+0.49)
Gold
1766.35
(-0.23)
Silver
26.94
(-1.96)
Platinum
1208.00
(-0.78)
Brent Crude
66.03
(-0.11)
Palladium
2365.82
(-0.76)
All Share
66265.15
(-1.81)
Top 40
60905.35
(-1.87)
Financial 15
12135.56
(-1.61)
Industrial 25
86072.19
(-0.89)
Resource 10
68130.54
(-3.18)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo