Utholakale eseyisidumbu usomabhizinisi wase-KZN

Durban – Sitholakale esikoleni samabanga aphansi esisoThongathi, KwaZulu-Natal, isidumbu sikasomabhizinisi okubikwe ukuthi ulahlekile ngoLwesibili ebusuku.

Sitholwe sinamanxeba okugwaza nezibazi zokunklinywa.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Santha Moodley utshele iNews24 ukuthi baqale ukuthungatha uRonnie Munsamy, 25, ngemuva kokuthi umndeni wakhe uvule icala lomuntu olahlekile ngo-22:00 ngoLwesibili.

“Kukholakala ukuthi ubesebenzisa elinye lamagumbi okufundela eBelfrost Primary School ukubamba izinkonzo. Ngokwazi kwethu kuthiwa uqashe amadoda amabili ukuba asike utsani esikoleni.

OLUNYE UDABA: Umfana ubuye esikoleni unina eseyisidumbu

"Kuthiwa ube esefonelwa enye yala madoda ngo-17:00 yamtshela ukuthi izinto zokusebenza bazishiye esikoleni ngesikhathi beqeda.

“Kuthe sekudlula isikhathi umndeni ungasakwazi ukuxhumana naye, wabe usuvula icala ngokulahleka komuntu.

"Umndeni ube usuthinta u-MTN kwatholakala ukuthi umakhalekhukhwini wakhe owebiwe useNdwedwe."

Isidumbu sakhe sitholakale ngoLwesithathu ekuseni.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Until the matric exams are over, my family is:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Self-isolating to ensure we don't miss any exams
12% - 140 votes
Following Covid-19 safety protocols, but still going out like normal
54% - 606 votes
Business as usual, we're not worried about the virus
34% - 376 votes
Vote
ZAR/USD
16.22
(+0.68)
ZAR/GBP
21.02
(+0.61)
ZAR/EUR
18.90
(+1.04)
ZAR/AUD
11.40
(+0.89)
ZAR/JPY
0.16
(+0.87)
Gold
1877.12
(+0.49)
Silver
23.60
(+1.43)
Platinum
846.00
(-0.29)
Brent Crude
38.07
(-3.48)
Palladium
2216.00
(+0.70)
All Share
51684.70
(-0.41)
Top 40
47472.92
(-0.22)
Financial 15
9459.76
(-3.04)
Industrial 25
73405.64
(+1.00)
Resource 10
47245.91
(-1.21)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo