Uvalo izingane ‘ziphuza’ igazi eline-HIV

Durban - Kuduma amakhanda kubazali bezingane okuthiwa “ziphuze’ igazi labantu okusolakala ukuthi banesandulela ngculazi eMgungundlovu, KwaZulu-Natal.

Kuthiwa lezi zingane ezisencane bezidlala, zase zingena komunye umuzi osebenza ngenje-laboratory zavula lapho kuhlala khona imijovo nezikhwanyana ebeziqukethe igazi.

Umbiko uthi leli gazi elabantu abebeyohlola i-DC4 count yabo.

Kuthiwa lezi zingane, eziphakathi kweminyaka emithathu neyisithupha ubudala, bezidlala ngale mijovo kanti kusolakala ukuthi ezinye ziliphuzile igazi.

OLUNYE UDABA: Ukhala ngendlala yocansi one-HIV

Owesifazane uthi uthuke woma ingane yakhe ibuya kodlala igcwele igazi emzimbeni.

“’Siziphuthumise emtholampilo izingane zahlolwa kwatholakala ukuthi azinalo igciwane. Sibe sesinikezwa amaphilisi okuhlanza igazi. Kuthiwe zizophinde zihlolwe okwesibili,” kusho lo wesifazane.

Thola udaba oluphelele ephephandabeni iLANGA.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7512 votes
It's four more years for Trump
53% - 8639 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(-0.10)
ZAR/GBP
21.11
(-0.12)
ZAR/EUR
19.19
(-0.12)
ZAR/AUD
11.55
(-0.13)
ZAR/JPY
0.15
(-0.14)
Gold
1901.55
(+0.01)
Silver
24.57
(+0.10)
Platinum
902.03
(+0.40)
Brent Crude
41.85
(-1.66)
Palladium
2378.04
(+0.61)
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo