Uvelile owadabula ibhulukwe lomyeni emsesha imali emsebenzini

Bulawayo - Uvele futhi enkantolo owesifazane ngokudabula ibhulukwe lomyeni kulandela ukuthola incwadi evikela umyeni wakhe kuye ngemuva kokumshaya.

USikhululekile Moyo, 28, waseNkulumane akazange abuzwe ukuba uyalivuma noma uyaliphika icala ngesikhathi evele enkantolo yemantshi yaseBulawayo ngemuva kokuhlasela umyeni wakhe uBenard Rwauya, 31.

OLUNYE UDABA: Uvelile oshaye umkakhe ngokumncisha eyasekamelweni

Inkantolo ilalele ukuthi ngoMeyi kulo nyaka uRwauya wacela incwadi yokuzivikela kuMoyo enkantolo eBulawayo wayithola ngomhlaka-27 Meyi. Le ncwadi yayivimba uMoyo ukuba angene emsebenzini kaRwauya edolobheni ngaphandle kwemvume yakhe.

Ngomhlaka-6 Juni ngezithuba zabo-08:00 ekuseni uMoyo waya emsebenzini kaRwauya ngaphandle kwemvume yakhe. Wafika emsebenzini kwathiwa akkho uRwauya wabeesemshayela ucingo bahlangana ngaphandle kwamahhovisi akwaZESA edolobbheni.

UMoyo wangena ngenkani emotweni kaRwauya waya naye emsebenzini lapho afike amuthethisa khona engena naye ehhovisi lakhe wafaka izandla zakhe emaphaketheni efuna imali waze wadabula ibhulukwe lakhe waphinde wamfaka iminwe emehlweni.

URwauya wabikela amaphoyisa ngokuhlukunyezwa wabeeseboshwa uMoyo, kubika iBulawayo24.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 4640 votes
It's four more years for Trump
54% - 5507 votes
Vote
ZAR/USD
16.47
(+0.18)
ZAR/GBP
21.41
(-0.30)
ZAR/EUR
19.42
(-0.37)
ZAR/AUD
11.68
(+0.31)
ZAR/JPY
0.16
(+0.23)
Gold
1908.59
(+0.43)
Silver
24.61
(+1.70)
Platinum
860.00
(-0.29)
Brent Crude
43.06
(0.00)
Palladium
2338.50
(+0.76)
All Share
55161.03
(+0.21)
Top 40
50741.94
(+0.09)
Financial 15
9977.80
(+3.10)
Industrial 25
74762.95
(-0.61)
Resource 10
54129.95
(-0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo