Uvulelwe icala uthisha ‘oshaye umfundi’ esikoleni esiseNdwedwe

Durban – Uthisha waseSakhesethu Primary School, eNdwedwe, enyakatho neTheku uvulelwe icala lokushaya kulandela izinsolo ezithi ushaye umfundi walimala esandleni.

Abafundi abafunda kulesi sikole bathi abakhululekile esikoleni ngenxa yalo thisha okuthiwa uyasidedela isibhaxu.

Umama wengane elimele, uBuhle Zungu, 41, uthe imhlukumezile eyokushaywa kwengane yakhe ngale ndlela, kubika iLANGA.

“Ngiyile emaphoyiseni ngiyovula icala, athi okungcono angiyoxoxisana nothishanhloko. Nebala ngaya esikoleni ngafika ngalubeka udaba lwami kepha uthishanhloko watshengisa ukungazwelani nami,” esho.

OLUNYE UDABA: Uthisha ushaye wabulala umfundi ongakhokhanga esikoleni

Uthi yilapho-ke ekhethe ukuyovula icala.

“Umthetho uthi izingane azingashaywa ezikoleni. Uma simyeka lo thisha uzokhipha isidumbu,” kuqhuba uZungu.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Thulani Zwane usiqinisekisile lesi sigameko, wathi kodwa uthisha akakaboshwa ngoba kusaphenywa.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 4058 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2762 votes
No, I don't think they need it
36% - 3899 votes
Vote
ZAR/USD
15.29
(-0.52)
ZAR/GBP
21.24
(-0.12)
ZAR/EUR
18.29
(-0.11)
ZAR/AUD
11.81
(-0.08)
ZAR/JPY
0.14
(-0.10)
Gold
1700.44
(+0.04)
Silver
25.20
(+0.16)
Platinum
1128.01
(+0.31)
Brent Crude
69.67
(+3.93)
Palladium
2329.95
(+0.62)
All Share
68271.19
(+0.78)
Top 40
62788.64
(+0.87)
Financial 15
12759.80
(+0.67)
Industrial 25
87613.31
(-0.32)
Resource 10
70801.78
(+2.36)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo