Uvunyelwe ukuba akhiphe isisu owadlwengulwa nguyise

Harare - Intombazane yaseBulilima okusolwa ukuthi yadlwengulwa nguyise ivunyelwe ukuba ikhiphe isius enkanto ,yeMantshi yasePlumtree ukuze izokwazi ukuyoqedela izifundo zayo.

Le ntombazane eneminyaka engu-16 ubudala yakhuleliswa ngubaba wayo oneminyaka engu-55 ubudala ngo-okthoba ngonyaka ophelile ngesikhathi umama wayo engekho ehambele eNingizimu Afrika ngokomsebenzi.

Umama wale ntombazane wafaka isicelo enkantolo sokuba indodakazi yakhe ikhiphe isisu, inkantolo yavuna isicelo.

OLUNYE UDABA: Uzibulele ofonelwe umuntu ongaziwa

Ubaba nendodakazi abahlala endaweni yakwaDombodema eBulilima.

Lo baba wasebenzisa ithuba njengoba unkosikazi wakhe esebenzela kude wwadlwengula ingane yakhe ngenkani ngo-Okthoba ngonyaka ophelile wase eyisabisa ukuze ingeke itshele muntu.

Udaba lwavela ngemuva kokuba umama ethole ukuthi ingane yakhe inezinyanga ezimbili ikhulelwe ngesikhathi evakashile ngamaholidi kaDisemba, kubika iMyZimbabwe.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 110 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 197 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 517 votes
Vote
ZAR/USD
15.25
(-0.09)
ZAR/GBP
20.29
(-0.13)
ZAR/EUR
18.23
(-0.10)
ZAR/AUD
11.25
(-0.23)
ZAR/JPY
0.15
(-0.04)
Gold
1787.51
(+0.09)
Silver
22.67
(+0.11)
Platinum
965.22
(+0.30)
Brent Crude
48.27
(+0.96)
Palladium
2413.01
(+0.60)
All Share
57822.50
(-0.17)
Top 40
53021.58
(-0.12)
Financial 15
11577.71
(-0.58)
Industrial 25
79894.95
(-0.12)
Resource 10
52804.55
(+0.03)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo