Uyakhala unina wengane ebuye enkulisa imanxeba-nxeba

Cape Town – Wathuka woma umama wengane yentombazane, 1, ebuye enkulisa imanxebanxeba igcwele igazi ngosuku lwesibili ibuya enkulisa.

UZarrah van Rooyen ubelimele izingalo zombili nasizinqeni kanye nasemathangeni enezibazi ezimnyama.

Umama wakhe umphuthumise kwadokotela lapho afike athola khona umbiko oqinisekisa ukuthi ubeshaywa ngokuphindelela futhi ezinye izibazi zibonisa ukuthi ubencinzwa ngozipho.

OLUNYE UDABA:Inkulisa ezinsolweni zokucwasa ngokwebala

Umama wale ngane uChinelle van Rooyen, 23, uthi lokhu waqala ukukuqaphela ngoLwesithathu odlule ebona ukuthi ingane yakhe ikhala ingathuli futhi ayifuni nokudla.

Lomama usola othishela benkulisa i-Little Jewels Educare  ekumgwaqo i-asouga Way, eManenberg, ngokuhlukumeza ingane yakhe.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 209 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 372 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 982 votes
Vote
ZAR/USD
15.45
(-1.47)
ZAR/GBP
20.61
(-1.49)
ZAR/EUR
18.44
(-1.16)
ZAR/AUD
11.35
(-0.74)
ZAR/JPY
0.15
(-1.20)
Gold
1776.65
(-0.54)
Silver
22.60
(-0.10)
Platinum
962.50
(+0.06)
Brent Crude
47.90
(0.00)
Palladium
2364.69
(-1.94)
All Share
57091.89
(-1.26)
Top 40
52375.50
(-1.22)
Financial 15
11158.56
(-3.62)
Industrial 25
78965.65
(-1.16)
Resource 10
52703.42
(-0.19)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo