Uyavela enkantolo 'owashiya' usana etekisini

Durban – Owesifazane owashiya ingane etekisini enxanxatheleni yezitolo iPavilion emasontweni amathathu edlule uzovela eNkantolo yeMantshi yasePinetown ngoLwesithathu.

Owesifazane uboshwe ngecala lokulaxaza ingane ngomhlaka 20 Disemba.

Phambilini iNews24 ibike ukuthi ingane yomfana yatholwa phansi kwesihlalo setekisi kukhona nencwajana eyayishiywe ngunina, exolisa ngokuyilaxaza.

OLUNYE UDABA: Kushone abazali kwasinda izingane engozini yomgwaqo

Incwadi yayithi: "Ngiyaxolisa ngesenzo sami, ngicela uxolo. Akukho engingakwenza. Ubaba wengane wayiphika. Anginawo umazisi wokufaka isicelo sokuthola isibonelelo sikahulumeni ngexa yokuthi ngawushiya emakhaya. Ngicela inakekelwe kahle ingane yami noma ithunyelwe emaphoyiseni.”

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Nqobile Gwala uthe amaphoyisa ophiko lwe-Family Violence, Child Protection and Sexual Offences ePinetown abopha umsolwa oneminyaka engu-37 ubudala elokishini laseMbo, ngaseHillcrest.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5158 votes
It's four more years for Trump
54% - 6116 votes
Vote
ZAR/USD
16.53
(-0.12)
ZAR/GBP
21.37
(+0.04)
ZAR/EUR
19.51
(-0.38)
ZAR/AUD
11.62
(+0.23)
ZAR/JPY
0.16
(+0.11)
Gold
1902.80
(+0.00)
Silver
24.51
(+4.76)
Platinum
860.00
(+0.76)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2339.00
(+0.82)
All Share
55141.19
(-0.04)
Top 40
50741.17
(-0.00)
Financial 15
9953.15
(-0.25)
Industrial 25
75649.15
(+1.19)
Resource 10
53376.36
(-1.39)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo