Uyibone isilenga esihlahleni imoto othole ingozi

Kagiso - UKgotso Gongota ubelibangise ekhaya ehamba nentombi yakhe ngesikhathi evelelwa yingozi, kubika iDailysun.

Lo mlisa waseKagiso uthi akasakhumbuli kahle ukuthi kwenzekani kodwa wahluleka ukulawula imoto waphaphama isiphezu kwesihlahla.

Imoto yamkhafulela phandle uKgotso kodwa intombi yakhe yona yayisesimweni esibucayi iphuthunyiswa esibhedlela.

OLUNYE UDABA:''Angikaze ngiyibone ingozi enje empilweni yami"

“Ngeke ngikwazi nokunitshela ukuthi kwenzekeni ngemuva kokuthi ngihluleke ukuyilawula imoto. Ngaphaphama sekukhona abosizo lokuqala kanye namaphoyisa,”kusho yena.

Uthi amaphoyisa amtshela ukuthi intombi yakhe bayisindisa isesihlahleni lapho imoto efike yabhajwa khona.

Uthi okumcasula kakhulu wukuthi inkampani edonsa izimoto isifuna imali ephindiwe kuye ngemuva kokuthi abatshele ukuthi bayihambise kobo , bona bayihambisa kumakhenikha ngenkani.

“Ngabatshela ukuthi abayihambise ekhaya bona bayithatha bayoyibeka kumakhenika manje sebethi kumele ngikhokhe imali engaphezulu ngokuthi bayihambise kumakhenikha.”

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 7042 votes
It's four more years for Trump
54% - 8145 votes
Vote
ZAR/USD
16.18
(-0.05)
ZAR/GBP
21.19
(-0.00)
ZAR/EUR
19.17
(-0.15)
ZAR/AUD
11.58
(-0.24)
ZAR/JPY
0.15
(-0.17)
Gold
1910.75
(+0.32)
Silver
24.78
(+0.42)
Platinum
889.00
(+1.02)
Brent Crude
42.50
(+1.69)
Palladium
2371.00
(+0.65)
All Share
55302.74
(+0.92)
Top 40
50740.30
(+0.92)
Financial 15
10468.17
(+0.89)
Industrial 25
74807.05
(+0.91)
Resource 10
53306.44
(+0.92)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo