Uzame ukuzibulala umfundi obonakala kwi-video yaseNquthu

Durban – Sekuvele ezithi uzame ukuzibulala umfundi obonakala kwi-video yocansi elele nothisha waseKucabangeni High School, eNquthu, ngoba esaba ihlazo.

Kula ma-video lo thisha ubonakale esocansini nabesifazane abehlukene, kanti kwenye uvela nomfundi oneminyaka engu-16 ubudala owenza uGrade 11 kulesi sikole, kubika iSolezwe.

OwoMnyango wezeMfundo esifundazweni uMuzi Mahlambi uthe baqale bathola umbiko othi lo mfundi usezibulele ngoMgqibelo.

“Kube sekuvela ngokuhamba kwesikhathi ukuthi ubezama ukuzibulala, kepha usaphila,” esho.

OLUNYE UDABA: Kuthiwa ugcwele amathafa uthisha ‘ozishuthe elele nomfundi’ eNquthu

Uthe lesi yisikhathi esinzima kubafundi nabazali, kanti bahlela ukuthi abafundi abathintekayo belulekwe ngokwengqondo.

Lo thisha kuthiwa ufundisa i-Arts ad Culture neLife Orientation kulesi sikole asemisiwe kuso.

UMahlambi uthe ngesikhathi behambele lesi sikole kuvele ukuthi kunabanye othisha abasolekayo ezigamekweni ezifuze lesi.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 3756 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2548 votes
No, I don't think they need it
37% - 3640 votes
Vote
ZAR/USD
15.30
(-1.60)
ZAR/GBP
21.24
(-1.18)
ZAR/EUR
18.31
(-0.77)
ZAR/AUD
11.82
(-1.06)
ZAR/JPY
0.14
(-0.68)
Gold
1697.41
(-0.76)
Silver
25.33
(-2.55)
Platinum
1126.50
(-2.63)
Brent Crude
63.94
(+2.19)
Palladium
2335.00
(+0.34)
All Share
67743.54
(-0.85)
Top 40
62250.03
(-0.97)
Financial 15
12674.59
(+0.82)
Industrial 25
87893.58
(-1.99)
Resource 10
69264.74
(+0.06)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo