Uzibulele ofonelwe umuntu ongaziwa

Johannesburg - Ingxoxo abenayo ocingweni nomuntu ongaziwa iholele ekutheni owesifazane waseBuhera, eZimbabwe azibulale ngeledlule.

Okhulumela amaphoyisa aseChipinge u-Inspector Blessing Kadzuraumera ukuqinisekisile ukufa kukaNdanatsei Mutero waseMwacheta Village.

UKadzuraumera uthe: “UMutero ungenelwe wucingo esendlini ngemuva kwalokho wacisha inombolo yobefonile ngemuva kokukhuluma nalo.

Funda nalolu daba: Kushone ingane abazali beboshiwe

“Ngokuhamba kwesikhathi ungene ekamelweni wathatha into ethile esamanzi. Ungene endlini encane nokuyilapho eyithele khona engilazini wabe eseyiphuza.”

“Ngemuva kwalokho ufake ingilazi kanye nesitsha ebesiphethe ushevu  e-toilet.Wabe esevalelisa kwindodakazi yakhe ngaphambi kokuba awe. Ushonele khona lapho.”

“Indodakazi kaMutero yazise omakhelwane,” kusho uKadzuraumera.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 82 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
28% - 173 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
59% - 369 votes
Vote
ZAR/USD
15.25
(-0.09)
ZAR/GBP
20.29
(-0.13)
ZAR/EUR
18.23
(-0.10)
ZAR/AUD
11.25
(-0.23)
ZAR/JPY
0.15
(-0.04)
Gold
1787.51
(+0.09)
Silver
22.67
(+0.11)
Platinum
965.22
(+0.30)
Brent Crude
48.27
(+0.96)
Palladium
2413.01
(+0.60)
All Share
57822.50
(-0.17)
Top 40
53021.58
(-0.12)
Financial 15
11577.71
(-0.58)
Industrial 25
79894.95
(-0.12)
Resource 10
52804.55
(+0.03)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo