UZikalala weseka uMabuyakhulu ngamacala abhekene nawo

eThekwini - OnguMgqugquzeli weKomidi lesikhashana kwi-ANC esifundazweni iKwaZulu-Natal, uMike Mabuyakhulu, ubhekene namacala okukhwabanisa kanye nawenkohlakalo.

Yize kunjalo, uKhongolose kulesi sifundazwe uthi uMabuyakhulu kumele aqhubeke nomsebenzi wakhe noma ebhekene nala macala.

NgoLwesithathu, uMabuyakhulu wavela eNkantolo ephathelene nezeziMali eThekwini lapho ebekwe khona amacala ayisithupha okukhwabanisa, inkohlakalo, kanye nokushushumbisa imali engango-R28 milion yabakhokhi bentela kuhlehlwa umcimbi owagcina ungenzekanga.

OLUNYE UDABA: Isiteshi sethelevishini eKZN

USihle Zikalala ongoMxhumanisi kuleli komidi elisha uthe uMabuyakhulu umsulwa kuze kube wukuthi utholakala enecala.

Uthi umsebenzi waleli komidi, nokungumsebenzi ogunyazwe yiNational Working Committee, ngeke uphazamiseke ngenxa yamacala kaMabuyakhulu.

UMabuyakhulu uvele enkantolo wase ephuma ngebheyili ka-R50 000.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10286 votes
It's four more years for Trump
53% - 11503 votes
Vote
ZAR/USD
16.40
(-0.34)
ZAR/GBP
21.20
(+0.28)
ZAR/EUR
19.14
(+0.45)
ZAR/AUD
11.52
(+0.19)
ZAR/JPY
0.16
(+0.08)
Gold
1866.20
(-0.69)
Silver
23.23
(-0.76)
Platinum
848.00
(-2.47)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2197.00
(-2.51)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo