Uzongeniswa esibhedlela umdlali ohlushwa ama-ulcer

Johannesburg – Umdlali wasesiswini kuBidvest Wits, uPhumlani Ntshangase, uzongeniswa esibhedlela esiseMgungundlovu njengoba eyolashelwa ama-ulcer.

Lo mdlali, 21, ubuyele kubo ngoMsombuluko ebusuku kulandela ukudlala kowe-COSAFA Castle Cup eNamibia, kubika iKickOff.com.

Isikwati sakuleli sama-Olympic esisabambe izintambo okwamanje sizophinde sidlale ngaphandle kukaGift Motupa omisiwe kanye noKwanda Mngonyama olimele uma sebebhekene neSwazini ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA: Umdlali uthi naye ubone ngomqhafazo ukuthi usengumdlali wePirates

UNtshangase ubelokhu ehlushwa yizinhlungu esiswini, ngenxa yokungalulami wase ebona kukuhle ukuthi ayothola ukwelashwa.

“Ngisekhaya eThekwini manje. Ngizoya koxilongwa esibhedlela ngoLwesine. Umqeqeshi ubone kukuhle ukuthi angigodukise ngoba bengingazizwa kahle,” esho.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6553 votes
It's four more years for Trump
54% - 7638 votes
Vote
ZAR/USD
16.29
(+0.25)
ZAR/GBP
21.36
(+0.42)
ZAR/EUR
19.26
(+0.51)
ZAR/AUD
11.57
(+0.30)
ZAR/JPY
0.16
(+0.23)
Gold
1915.31
(-0.31)
Silver
24.85
(-0.35)
Platinum
886.00
(+0.28)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2380.01
(+0.34)
All Share
55056.21
(-0.52)
Top 40
50569.80
(-0.66)
Financial 15
10320.90
(+1.80)
Industrial 25
74200.15
(-0.51)
Resource 10
53574.79
(-1.60)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo