Uzothathelwa izinyathelo onike abafundi zimpendulo nge-Afrikaans, wangabanika abangayazi

Bloemfontein – Uthisha ofundisa e-University of the Free State uzoqondiswa izigwegwe ngemuva kokuba engazifakanga izimpendulo ephepheni lokuhlolwa lesiNgisi, kusho inyuvesi ngoLwesithathu.

Iphepha lokuhlolwa le-Afrikaans linikezwe abafundi eklasini lizinempendulo zeminye yemibuzo, kodwa ephepheni lokuhlolwa elingesilungu bezingekho izimpendulo, kusho okhulumela i-UFS uLacae Loader.

Funda nalolu daba: Kutholwe izidumbu ezimbili ezingaziwa eMpumalanga

"Kwenziwe uphenyo ngalolu daba, kwathathwa isinqumo sokuba abafundi bahlolwe kabusha,” kusho uLoader.

Kodwa uthisha uthi wenze iphutha, ubengaqondile okubi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
37% - 2453 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 1751 votes
No, I don't think they need it
37% - 2437 votes
Vote
ZAR/USD
15.09
(-0.16)
ZAR/GBP
21.02
(-0.23)
ZAR/EUR
18.22
(-0.19)
ZAR/AUD
11.62
(-0.25)
ZAR/JPY
0.14
(-0.54)
Gold
1734.50
(+0.02)
Silver
26.67
(+0.05)
Platinum
1186.51
(+0.42)
Brent Crude
64.40
(-2.56)
Palladium
2310.00
(+0.58)
All Share
66138.05
(-1.99)
Top 40
60754.30
(-2.11)
Financial 15
12200.05
(-1.09)
Industrial 25
86144.34
(-0.81)
Resource 10
67459.85
(-4.14)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo