Uzowudlela ejele owashaya wabulala umama wengane yakhe

Cape Town - Indoda esolwa ngokushaya ibulale umama wengane yayo enezinyanga ezine izelwe izowudlela ejele ukhisimusi.

Ukufakwa kwesicelo sebheyili sika-Andrew Makeleni ovele eNkantolo yeMantshi yaseWynberg ngoMsombuluko kuhlehliselwe umhlaka-8 Januwari.

AboMbuso bathi angeke baze bavume ukuba idedelwe le ndoda.

Lesi sinqumo sishayelwe ihlombe enkantolo yizakhamuzi zaseMizamo Yethu ebezigcwele enkantolo.

OLUNYE UDABA: Kuhlehliswe isicelo sebheyili kowabulala amadodana

"Kufanele abhadle ejele," kuphawula omunye wabantu besifazane edansa ngaphandle kwenkantolo.

Isidumbu sikaBabalwa Ntlapo satholwa emjondolo wesoka lakhe ngomhlaka-29 Novemba.

Ugogo kaNtlapo uNomathemba Sotomela uthe umzukulu wakhe ushone kabuhlungu.

"Inxenye yekhanda lakhe lalishaywe ngesando," usho njalo.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7512 votes
It's four more years for Trump
53% - 8641 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(-0.10)
ZAR/GBP
21.11
(-0.12)
ZAR/EUR
19.19
(-0.12)
ZAR/AUD
11.55
(-0.13)
ZAR/JPY
0.15
(-0.14)
Gold
1901.55
(+0.01)
Silver
24.57
(+0.10)
Platinum
902.03
(+0.40)
Brent Crude
41.85
(-1.66)
Palladium
2378.04
(+0.61)
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo