Uzoxolisa ngokucela umshado entombini abeyihlukumeza

Durban – Owesilisa waseMtshebheni, eNanda, ngaphandle kweTheku, uveze ukuthi uzimisele ngokucela umama wengane yakhe umshado ukutshengisa ukuthi uyazisola ngokumhlukumeza.

USipho Ngcobo, 33, ugeqe amagula wakhuluma ngokuhlukumeza uNokubonga Gabela, 29, okuthiwa ubesepheduke ukudla kwenduku.

UNgcobo uvumile ukuthi ubeqonywa,ngapha nangapha kuthi uma esekhuzwa afake induku kuGabela.

Lokhu kwagcina ngokuthi uGabela agcine eseqoma enye indoda – okuthiwa uhlala nayo kumanje.

OLUNYE UDABA: Umculi kamaskandi wale umkakhe wathembisa intombi umshado

Uthi uzimisele ngokuyigcina yonke imibandela ayibekelwe nguGabela ukuze bezobuyelana bese beyashada.

“Angisafuni abe yintombi yami nje kuphela, kepha sengifuna ukumenza unkosikazi. Ngiyazisola ngokumhlukumeza isikhathi esiyiminyaka emihlanu,” esho.

Laba banengane eneminyaka emibili ubudala.

Thola udaba oluphelele ephephandabeni iSolezwe.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 7137 votes
It's four more years for Trump
54% - 8235 votes
Vote
ZAR/USD
16.22
(-0.26)
ZAR/GBP
21.19
(+0.03)
ZAR/EUR
19.21
(-0.33)
ZAR/AUD
11.58
(-0.29)
ZAR/JPY
0.15
(-0.21)
Gold
1910.56
(+0.31)
Silver
24.76
(+0.33)
Platinum
899.00
(+2.10)
Brent Crude
42.50
(+1.69)
Palladium
2370.06
(+0.59)
All Share
55439.63
(+1.17)
Top 40
50823.31
(+1.09)
Financial 15
10532.96
(+1.51)
Industrial 25
74945.12
(+1.10)
Resource 10
53293.86
(+0.90)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo