Video: Bebehlome beyizingovolo bezobamba inkunzi eSasol

Johannesburg - Amaphoyisa aseLimpopo athungatha abasolwa abahlanu abathwebulwe yikhamera bebamba inkunzi egaraji laseSasol ngemuva kwalokho babaleka ngemoto yekhasimende eSteelpoort, eLimpopo.

Kusolakala ukuthi umsolwa oyedwea ungene esitolo sasegaraji kabili ngoMsombuluko ebusuku, wazenza umuntu ozothenga.

Uphumile, wabuya ngokuhamba kwesikhathi esehamba nabanye abalisa abane ebebehlome ngezibhamu.

Laba balisa bakhombe izisebenzi ngezibhamu, baphoqa nezinye ezimbili zabesifazane ukuba zilale phansi zingababuki, kubika iSteelburger News.

Funda nalolu daba: Uvele waphela yizinsini elahlwa elokubulala isitabane

Ngesikhathi bematasa bebemba inkunzi, ikhasimende, uLouis van Zyl ubezofaka uphethiloli enganakile ukuthi kukhona okwenzakalayo,.

Kuthe uma emisa imoto, bamkhomba ngesibhamu bamkhipha emotweni, nokuthe uma sebeqedile babaleka ngemoto yakhe.

Okhulumela amaphoyisa aseBurgersfort uConstable Victoria Maluleka uthe uphenyo luyaqhubeka.

Abasolwa bashaye bachitha nemali kanye nogwayi.

Buka i-video ngezansi:

 –  "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
7% - 992 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1883 votes
Have no interest in spending more money this year?
79% - 10612 votes
Vote
ZAR/USD
15.17
(+0.07)
ZAR/GBP
20.33
(-0.08)
ZAR/EUR
18.13
(-0.05)
ZAR/AUD
11.21
(-0.23)
ZAR/JPY
0.15
(-0.17)
Gold
1808.98
(-0.01)
Silver
23.18
(+0.03)
Platinum
952.00
(-0.65)
Brent Crude
47.75
(-1.52)
Palladium
2381.32
(+1.08)
All Share
57923.69
(+0.31)
Top 40
53084.13
(+0.27)
Financial 15
11645.28
(+0.04)
Industrial 25
79993.34
(+0.20)
Resource 10
52790.93
(+0.35)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo