Wale inkontileka etsha oweChippa United - Umbiko

Johannebsurg - Kubikwa ukuthi uMark Mayambela wale ukuvuselela inkontileka yakhe neChippa United ukuze asayine neqembu laseGauteng.

Inkontileka kaMayambela neChippa kulindeleke iphele ngoJuni nonyaka, kanti kumanje lo mdlali umataniswa neMamelodi Sundowns neSuperSport United.

Ngokusho kwemithombo esondelene namaChilli Boys, iqembu belifuna ukunikeza lo mdlali inkontileka entsha kodwa yena wanqaba.

Funda nalolu daba: Singasivikela isicoco seligi - OweChiefs

"Iqembu belisafuna ukumgcina. Usihlalo weqembu [uChippa Mpengesi] umthanda kabi uMayambela, kodwa ngicabanga ukuthi usebone amadlelo aluhlaza kwenye indawo,” kusho umthombo.

Kodwa lo mdlali walile ukuphawula ngekusasa lakhe, wathi uzohamba isiphelile inkontileka yakhe kuleli qembu, kubika iKickOff.com.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10286 votes
It's four more years for Trump
53% - 11502 votes
Vote
ZAR/USD
16.39
(-0.28)
ZAR/GBP
21.19
(+0.32)
ZAR/EUR
19.14
(+0.48)
ZAR/AUD
11.53
(+0.15)
ZAR/JPY
0.16
(+0.14)
Gold
1869.40
(-0.52)
Silver
23.33
(-0.34)
Platinum
851.01
(-2.06)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2193.00
(-2.25)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo