Wanatshiswa owayelala namadoda abantu

Harare - Abantu besifazane abahlanu baseBulawayo bahlanganyela owesifazane baminabisa ngenduku ngokuthandana namadoda abo.

UYolanda Phiri, u-Andile Nyathi, uSifiso Ndlovu, u-Abigail Ngwenya noPrecious Ncube batalabha uThembekile Majahamjani kanzima.

"Bonkae laba besifazane abasendaweni eyodwa, kubukeka sengathi benza icebo lokuhlanganyela intombi yabayeni babo.

"UThembekile washaya ngemuva kokutholakal ukuthi uthandana nomyeni kaPhiri.

OLUNYE UDABA:  Uthi usekhathele umkakhe olala namadoda phambi kwakhe

"La besifazane babe sebebizela uMajahamjani emzini woyedwa wabo okuyilaho ababhaxela khona,"kusho umthombo.

Kubikwa ukuthi kwakuvulwe isikokela kushaywa uMajahamja beshintshana ngaye ngemuva kwalokho kwahoshwa intambo kagesi wangenelwa ngayo ngaphambi kokuba abaleke.

UPhiri uqinisekise isigameko sokushaywa kukaMajahamja kodwa wenqaba ukunaba.

Omunye walabantu besifazane uNgwenya uthe uMajahamja wabhaxela ukuhambe elala namadoda abantu.

UMajahamja wavula icala lokushaywa emaphopyiseni kwaboshwa wonke amalungu aleli qembu alivuma icala ahlawuliswa imali engu-R 718,32 ngamunye.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7521 votes
It's four more years for Trump
53% - 8644 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(-0.10)
ZAR/GBP
21.11
(-0.12)
ZAR/EUR
19.19
(-0.12)
ZAR/AUD
11.55
(-0.13)
ZAR/JPY
0.15
(-0.14)
Gold
1901.55
(+0.01)
Silver
24.57
(+0.10)
Platinum
902.03
(+0.40)
Brent Crude
41.85
(-1.66)
Palladium
2378.04
(+0.61)
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo