Wesulile emsebenzini uthisha osolwa ngokunukubeza abafundi

Pretoria – Sekuvele imibiko ethi omunye wothisha besikole somntakabani ePitoli, wesulile emsebenzini kulandela izinsolo zokunukubeza abafundi ngokocansi.

I-Eyewitness News ibike ukuthi abafundi ababili baseSt Albans College baphumele obala bathi banukubezwa yilo thisha.

Lo thisha ube esefaka incwadi yokwesula emsebenzini kulandela uphenyo lwangaphakathi.

Amaphoyisa kuthiwa asaqhuba olwawo uphenyo.

OLUNYE UDABA: Kuqulwa icala lomkhulu owayencenga umzukulu ngocansi

Lesi sikole esifunda abafana kuphela, singezinye zezikole ezimba eqolo, njengoba imali yokufunda yangonyaka ozayo isinyuke yaba ngu-R197 000.

Sekuke kwaba nezigameko ezifuze lesi ezikoleni eziningi kuleli.

NgoJulayi, iReddam House Constantia yaqinisekisa kuNews24 ukuthi yadabula inkontileka kathisha ofundisa umculo kulandela “ukungaziphathi ngendlela”.

NgoJuni, ababengabafundi baseDurban High School (DHS) badalula ukuthi banukubezwa nguthisha weMaths odumile iminyaka engu-30.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7858 votes
It's four more years for Trump
53% - 9014 votes
Vote
ZAR/USD
16.26
(-0.33)
ZAR/GBP
21.19
(-0.11)
ZAR/EUR
19.25
(-0.20)
ZAR/AUD
11.57
(-0.09)
ZAR/JPY
0.16
(-0.15)
Gold
1896.45
(-0.09)
Silver
24.15
(-1.10)
Platinum
883.49
(-1.30)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2356.63
(-0.45)
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo