Yazehlisa iminyaka eyayifuna ukulala nena-15

Bulawayo - Indoda eneminyaka engu-21 ubudala isolwa ngokuzehlisa iminyaka yayo ukuze izothola ithuba lokuzitika ngocansi nentombi yayo eneminyaka engu-15 ubudala.

Le ndoda ogama layo nguTitus Knyama kuthiwa wathi ineminyaka engu-16  ubudala.

Le ntombazane itshele inkantolo ukuthi yayicabanga ukuthi ithandana nontanga yayo njengoba uKanyama athi uneminyaka engu-16 ubudala.

OLUNYE UDABA:   Umdlwenguli uthi uzosishada isisulu

“Bengingazi ukuthi mudala kangaka, iminyaka yakhe ngayithola ngemuva kokuba u-anti esebikele amaphoyisa ngemuva kokuzwa udaba. Ngaphambilini ngangicabanga ukuthi ngiothandana nomuntu ongangami,” kusho le ntombazane.

“Wangiqambela amanga ngoba ngathi ngithandana nontanga bami kuphela. Ngangikhululekile ngokuchitha naye isikhathi yingakho ngaze ngamuvakashela endlini yakhe ngoba ngangicabanga ukuthi usemncane.''

Le ntombazane ithi yazibandakanya ocansini noKanyama ngoba wayiphoqa futhi yayingazi ukuthi ukuvakashela uKanyama kuzoyiholela ocansini.

UKanyama ezithethelela uthe: "Besithandana kade kuleso sikhatghi asikazie sikhulume ngeminyaka yethu, iphutha lami ukungambuzi iminyaka yakhe."

Icala liyaqhubeka, kubika iBulawayo24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5186 votes
It's four more years for Trump
54% - 6147 votes
Vote
ZAR/USD
16.54
(-0.22)
ZAR/GBP
21.38
(+0.04)
ZAR/EUR
19.54
(-0.57)
ZAR/AUD
11.62
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.05)
Gold
1900.88
(-0.09)
Silver
24.48
(+4.72)
Platinum
862.99
(+1.14)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2348.99
(+1.03)
All Share
55143.04
(-0.03)
Top 40
50739.21
(-0.01)
Financial 15
9936.10
(-0.42)
Industrial 25
75698.49
(+1.25)
Resource 10
53367.13
(-1.41)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo