Yizinkulungwane zabantu ezitheleke emabhishi aseThekwini

Durban – Balinganiselwa kwabangu-500 000 abantu abatheleke emabhishi aseThekwini ngempelasonto, kanti kusalindeleke ukuba isibalo sikhule kakhulu ngosuku olwandulela olukaNcibijane.

Iningi lezivakashi liziphathe kahle emabhishi, kusho okhulumela umasipala weTheku uTozi Mthethwa esitatimendeni.

Phakathi kosuku olwandulela olukaKhisimusi neSonto bangaphezulu kuka-483 923 abantu abavakashele emabhishi aseThekwini.

Funda nalolu daba: Kwebiwe u-R400 000 esikhungweni samalayisensi eThekwini

Ama-Lifeguards ahlenge abantu abangu-66 ababenenkinga yokubhukuda emanzini, abangu-2 936 bathola usizo lokuqala, ngenxa yokutinyelwa yizilwanyana zasemanzini.

Nakuba kukhishwe amabhengela angaphezulu kuka-18 000 asezihlakaleni ukuba afakwe yizingane zingu-109 ezilahlekile.

Zonke sezitholakale ngaphandle kweyodwa okumanje igcinwe ekhaya lezingane lapho inakekelwa khona osonhlalakahle.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 8501 votes
It's four more years for Trump
53% - 9658 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(+0.14)
ZAR/GBP
21.09
(+0.36)
ZAR/EUR
19.12
(+0.47)
ZAR/AUD
11.53
(+0.26)
ZAR/JPY
0.15
(+0.28)
Gold
1901.10
(+0.16)
Silver
24.25
(-0.69)
Platinum
872.00
(-2.61)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2346.00
(-0.90)
All Share
54890.88
(-0.81)
Top 40
50286.90
(-0.80)
Financial 15
10644.91
(-1.35)
Industrial 25
74457.36
(-0.60)
Resource 10
52092.66
(-0.89)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo