Zacishe zabambana 'ngamawashingi' izitabane zodumo eThekwini emcimbini

Johannesburg - Zimbi izinto phakathi kwezitabane zaseThekwini, umlingisi womdlalo wakumabonakude uZalo  ku-SABC 1, uKhaya Dladla odume ngelikaGC noTha Simelane.

Ngesonto eledlule lezi zitabane zacishe zabambana.

Imithombo yeSunday Sun ithi isimo sasishubile phakathi kukaKhaya odlala indawo kaGC kuZalo noTha emcimbini wokuhlukanisa unyaka, iMidmar Music Festival.

OLUNYE UDABA: Udinga usizo umama kaSomGaga

"Ukhaya wacela onogada ukuba bakhiphe uTha esiteji. ingxabano yenzeka ngale kwesitesji kanti ngesikhathi sithi siyobheka basebezobambana ngezandla onogada bakwazi ukubavimba, kusho umthombo."

Lo mthombo uthe uTha wayedinwe eqhuma njengoba uGC atshela onogada ukuthi isikhathi sakhe sokuphatha uhlelo sesiphelile.

"Wayethukuthelele ukuthi abahleli badukiswa wumfanyana nje,"kusho umthombo.

Omunye umthombo uthe uGC wayefuna kukhishwe uTha ukuze kuzophatha nyena uhlelo kuqala ngoba ephuthuma ephathini kaShawn Mpisane.

UTha uthe akananxa noGC futhi uyabamukela bonke omafikizolo kulo mkhakha.

UGC uthe ngiyazi ubani oqamuke nale ndaba kodwa kuzolunga. 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter
We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
7% - 990 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1879 votes
Have no interest in spending more money this year?
79% - 10586 votes
Vote
ZAR/USD
15.18
(+0.13)
ZAR/GBP
20.30
(+0.05)
ZAR/EUR
18.11
(+0.06)
ZAR/AUD
11.20
(-0.06)
ZAR/JPY
0.15
(-0.12)
Gold
1808.11
(-0.05)
Silver
23.18
(-0.01)
Platinum
953.76
(-0.50)
Brent Crude
47.75
(-1.52)
Palladium
2383.00
(+1.16)
All Share
57923.69
(+0.31)
Top 40
53084.13
(+0.27)
Financial 15
11645.28
(+0.04)
Industrial 25
79993.34
(+0.20)
Resource 10
52790.93
(+0.35)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo