Zibakhalele abashumpula umfana isandla ngoba ekweleta

Lahore - Amaphoyisa asePakistan asebophe umnikazi wendlu eqashisayo kanye nabasizi bakhe ababili ngezinsolo zokushumpula isandla sesisebenzi sasepulazini esineminyaka engu-17 ubudala ngokwehluleka ukukhokha imali esayiboleka engu-R2 308.

Isehlakalo senzeka cishe ezinyangeni ezimbili ezedlule eHafizabad, endaweni engamakhilomitha angu-80 ukusuka edolobheni laseLahore.

Funda nalolu daba: Uyejele owabhala weqisa kuFacebook 

Lolu daba kodwa lubikwe emaphoyiseni ngoMsombuluko ngemuva kokuba umndeni wesisulu ubone kungcono ukuba uludalule.

"U-Asad Israr-ul-Haq nalabo ababili ayesebenzisana nabo bashumpula isandla sika-Akram Abu Bakar, 17," ngokwamaphepha afakwe emaphoyiseni.

 "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6206 votes
It's four more years for Trump
54% - 7293 votes
Vote
ZAR/USD
16.31
(+0.75)
ZAR/GBP
21.46
(-0.67)
ZAR/EUR
19.35
(+0.57)
ZAR/AUD
11.62
(-0.14)
ZAR/JPY
0.16
(-0.05)
Gold
1924.58
(+0.76)
Silver
25.03
(+1.22)
Platinum
887.00
(+2.00)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2396.00
(+0.77)
All Share
55345.49
(+0.13)
Top 40
50905.12
(+0.11)
Financial 15
10138.60
(+1.83)
Industrial 25
74577.70
(-1.31)
Resource 10
54447.94
(+1.23)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo