Zimkhalele osolwa ngokudlwengula umshayeli eGoli

Johannesburg - Ziyikhalele indoda eneminyaka engu-19 ubudala ngezinsolo zokuhlasela iphinde idlwengule owesifazane eRuimsig, entshonalanga neGoli kulandela uphenyo olunzulu nokukhishwa kwesithombe sayo emphakathini.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Appel Ernst uthe abaphenyi besifundazwe saseGauteng kanye nethimba lamaphoyisa aseKrugersdorp babophe le ndoda ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA: Uboshiwe osolwa ngokudlwengula indodakazi, 9

Kwahlaselwa kwadlwengulwa owesifazane oneminyaka engu-29 ubudala enxanxathela yezitolo iCradle Stone  endaweni yokupaka izimoto ehlaselwa yindoda eyayihlomile ngoLwesine.

"Le ndoda yaphoa lo wesifazane ukuba angene emotweni yakhe base beya emgwaqeni owubhuqu endaweni yaseRuimsig lapho afike amdlwengulela khona," kusho u-Ernst.

"Ngemuva kokumdlwengula umsolwa watshela isisulu ukuba sehle emotweni yaso, umsolwa washaya wachitha nemoto yesisulu."

Imoto yatholwe eKrugersdorp ngeSonto,kubika iThe Star.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7785 votes
It's four more years for Trump
53% - 8935 votes
Vote
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo