Zimkhalele osolwa ngokulahla usana ethoyilethi lomgodi

Polokwane - Zimkhalele owesifazane okukholakala ukuthi ungumama wosana olutholwe lulahlwe ethoyilethi lomgodi eMorebeng, eLimpopo, kusho amaphoyisa.

Le ngane yentombazane isinde ngokulambisa kulesi sigameko ngemuva kokuba itholwe ngomunye wesifazane ozwe umsindo wengane ekhalayo uzwakala kude wabiza amaphoyisa ngeSonto ntambama.

Yize imininingwane ngalolu daba lokuboshwa kwalo wesifazane ingakacaci, amaphoyisa athe lo wesifazane usola ukuthi umama wengane ngowesifazane oneminyaka engu-44 ubudala.

OLUNYE UDABA: Lusindile usana olutakulwe ethoyilethi lomgodi

"Lo mama usesibhedlela okwamanje kanti uqashwe ngamaphoyisa.

"Lo wesifazane uzovela enkantolo maduze njengoba ezophuma esibhedlela kungekudala," kusho amaphoyisa esitatimendeni.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Ronel Otto uthe ngeSonto, abosizo lokuqala namaphoyisa batheleke endaweni yesigameko bezama ukuhlenga ingane.

Ingane iphuthunyiswe esibhedlela iBotlokwa kanti kubikwa ukuthi isesimeni esikahle, kusho u-Otto.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 67 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
27% - 137 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
60% - 308 votes
Vote
ZAR/USD
15.26
(-0.37)
ZAR/GBP
20.30
(+0.06)
ZAR/EUR
18.24
(-0.70)
ZAR/AUD
11.27
(-0.72)
ZAR/JPY
0.15
(-0.51)
Gold
1784.40
(-1.32)
Silver
22.63
(-2.35)
Platinum
962.01
(+0.65)
Brent Crude
47.75
(-1.52)
Palladium
2414.00
(+2.24)
All Share
57822.50
(-0.17)
Top 40
53021.58
(-0.12)
Financial 15
11577.71
(-0.58)
Industrial 25
79894.95
(-0.12)
Resource 10
52804.55
(+0.03)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo