Zimkhalele umfundisi okhulelise abesifazane abangaphezu kwabangu-30 enkonzweni

Harare-  Kuboshwe umfundisi oneminyaka engu-53 ubudala waseMpumalanga neHarare ngezinsolo zokukhulelisa abazalwane abangaphezu kwabantu-30 kubalwa nenqwaba yabashadikazi nezingane ezisencane.

Lo mfundisi webandla iSalvations Ministries uthi watshelwa ngumoya oyingcwele ukuba azibandakanye ocansini nabazalwane.

"Lo mfundisi uthe wenza imiyalelo kaNkulunkulu wokukhulelisa noma ngubani okhethiwe noma ngabe loyo wesifazane ushadile noma akashadile," kusho uNyawose oyilunga le bandla.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe umfundisi wamanga

Umfowabo kamfundisi uthe kudala emxwayisa umfowabo ngendlela aziphatha ngayo kodwa engalaleli.

Lo mfundisi uboshwe ngenxa kaNkulunkulu, kubika iBulawayo24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 8501 votes
It's four more years for Trump
53% - 9658 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(+0.14)
ZAR/GBP
21.09
(+0.36)
ZAR/EUR
19.12
(+0.47)
ZAR/AUD
11.53
(+0.26)
ZAR/JPY
0.15
(+0.28)
Gold
1901.10
(+0.16)
Silver
24.25
(-0.69)
Platinum
872.00
(-2.61)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2346.00
(-0.90)
All Share
54890.88
(-0.81)
Top 40
50286.90
(-0.80)
Financial 15
10644.91
(-1.35)
Industrial 25
74457.36
(-0.60)
Resource 10
52092.66
(-0.89)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo