‘Zincane izingozi ezibandakanya amatekisi kunezimoto ezincane’

Pretoria – UNgqongqoshe wezokuThutha uDipuo Peters uthi kusukela ngomhlaka-1 Disemba kuze kushaye umhlaka-11 Januwari 2016, kube nezingozi ezingu-1 253.

Uthe lesi sibalo sinyuke ngo-11% uma kuqhathaniswa nesikhathi esifanayo ngonyaka odlule.

UPeters ukusho lokhu esithangamini sabezindaba ngokushona kwabantu emgwaqeni kuleli ngesikhathi samaholidi.

Uthi inkohlakalo eqhubeka ezikhungweni zokuthola izincwadi zokushayela inomthelela omkhulu ezingozini zomgwaqo.

Ube esebonga amaphoyisa omgwaqo, awe-SAPS nabezimo eziphuthumayo nokuqhubeka ngokusebenza ngokuzimisela.

OLUNYE UDABA: Baningi abashone ezingozini zomgwaqo

UPeters uqhube ngokuthi izingozi eziningi zenzeke phakathi kwezimoto ezincane namaloli amancane okudiliva – okube ngu-20%.

Izingozi ezibandakanya amatekisi zibe ngu-10%.

U-38% wabantu abashonile bekungabagibeli kanti u-23% bekungabashayeli.

Uthe kulo nyaka kushone abantu abangu-1 755 ezingozini zomgwaqo, kanti lesi sibalo sinyuke ngo-14% uma siqhathaniswa nesangonyaka odlule.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
14% - 374 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 650 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1739 votes
Vote
ZAR/USD
15.14
(+0.01)
ZAR/GBP
20.38
(+0.09)
ZAR/EUR
18.41
(-0.00)
ZAR/AUD
11.26
(+0.19)
ZAR/JPY
0.15
(+0.08)
Gold
1839.37
(-0.03)
Silver
24.02
(-0.04)
Platinum
1039.00
(+1.65)
Brent Crude
48.78
(+0.95)
Palladium
2338.99
(+1.59)
All Share
58947.48
(+1.14)
Top 40
54171.85
(+1.29)
Financial 15
11399.33
(+0.82)
Industrial 25
79681.43
(+0.78)
Resource 10
56621.26
(+2.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo