Zishe zangqongqa izingane endlini umama edla ubusha bakhe

Giyani - Izingane ezintathu zishe zangqongqa zisele zodwa ekhaya umama wazo esejoyintini eHlanganani, eGiyani.

Lokhu kwenzeke ngezintatha zangoLwesithathu ngo-00:15 ngesikhathi lomama eshiye izingane ezineminyaka engu-4,5 no-7 endlini yomxhaso.

ULieutenant-Colonel Moatshe Ngoepe uthe: "Ngesikhathi ematasa ezijabulisa lapha ubone kuqubuka ilangabi emzini wakhe.

OLUNYE UDABA:Iza eMzansi ifoni yakwaSamsung egqamuka umlilo

"Uphuthume khona wacela nosizo lomphakathi ophume ngobuningi ukuzolekelela.

Izingane ziphuthunyiswe esibhedlela zinamanxeba amabi okusha.

Okwamanje bekungakacaci ukuthi yini imbangela yalokhu okwenzekile kodwa amaphoyisa azophenya.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 4645 votes
It's four more years for Trump
54% - 5517 votes
Vote
ZAR/USD
16.47
(+0.20)
ZAR/GBP
21.41
(-0.32)
ZAR/EUR
19.41
(-0.33)
ZAR/AUD
11.67
(+0.33)
ZAR/JPY
0.16
(+0.25)
Gold
1908.00
(+0.42)
Silver
24.57
(+1.60)
Platinum
860.00
(-0.29)
Brent Crude
43.06
(0.00)
Palladium
2337.50
(+0.72)
All Share
55161.03
(+0.21)
Top 40
50741.94
(+0.09)
Financial 15
9977.80
(+3.10)
Industrial 25
74762.95
(-0.61)
Resource 10
54129.95
(-0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo