UNgqongqoshe usola izinkabi ngokubulawa kwabezombusazwe eKZN

2016-07-28 15:52

Durban - UNgqongqoshe wamaphoyisa uNkosinathi Nhleko uthi babhekene nenkinga enkulu yamacala ezombusazwe eKZN, kubika iDaily Sun.

Lo ngqongqoshe ubekhuluma eTshwane lapho akhiphe khona imiphumela yophenyo lwamacala ahambisana nawezombusazwe.

“Sinqume ukusungula uphiko oluzobhekana ngqo nalamacala kanti lolu phiko luholwa umphathi woKlebe uLieutenant-General Berning Ntlemeza,”kusho yena.

OLUNYE UDABA:Avelile amawele abulale izinkabi ezabulala uyise

Uthe lolu phenyo luveze ukuthi kuqashwe izinkabi okuyizona ebezibulala abantu.

“Sikwazile ukubopha abantu abayisikhombisa ngelokubulala kanye nokuzama ukubulala ababili. Kwaboshwa nabanye abathathu ngokutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni,”

Kunabanye abasolwa ababoshelwe amacala ahlanganisa ukushaya ngenhloso yokulimaza, ukukhomba abantu ngezibhamu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.