Angu-7 amaphoyisa kaMasipala waseKurhuleni anomlando wobugebengu

2017-09-26 11:01

eGoli - Amaphoyisa kaMasipala eKurhuleni ayisikhombisa kuthisa anomlando wobugebengu, kanti oyedwa wabo ubhekene nelokubulala.

Ngokubika kwephephandaba lomphakathi iKempton Express lithi iphoyisa elilodwa lilahlwe yicala lokubulala kanti lilinde ukugwetshwa.

Lokhu kutholwe yikhansela le-DA uWollaston Labuschagne, obuye abe yilungu lekomidi elibhekelele ukuvikeleka komphakathi kulo masipala.

"Kuyathusa ukwazi ukuthi amalungu e-EMPD kulo masipala anomlando wobugebengu,"kusho leli khansela.

Leli khansela lithole lokhu kulandela imibuzo ebiphendulwa wu-MMC wezokuphepha komphakathi uVivienne Chauke.

OLUNYE UDABA:Iphoyisa lisindwe yizinyawo libulala umsolwa kanti indodana isithule

Ngokohlu olukhishwe wuChauke, amacala ake abekwa amaphoyisa ami kanje: Elobugebengu (1), icala lokwaphula isifungo sokukhuluma iqiniso (1), ukubulala ngokungenhloso (1), ukukhwabanisa (2), ukubulalar (1) kanye nenkohlakalo (1).

Kuwo wonke lawa macala, ngelokubulala kuphela elizogwetshwa, lawa amanye athole izigwebo ezilengisiwe.

"UMMC ubuye wakhipha nohlu lwawo wonke amaphoyisa angaphansi kwalo masipala, amagama awo, izikhundla zawo nokuthi asebenzela kuphi,"kuqhubeka leli khansela.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.