AMatsatsantsa aphinde alanda omunye waphesheya

2015-01-13 11:01

Johannebsurg - ISuperSport United isayinise umdlali wesibili waseNew Zealand, uMichael Boxall, esikhathini esiyizinyanga ezimbalwa isayinise omunye.

ISiya crew ngoDisemba yabika ukuthi iSuperSport isisayine umdlali weWellington Phoenix, uJeremy Brockie.

Manje sekuqinisekisiwe ukuthi aMatsatsantsa aselande omunye futhi umdlali wamaKiwi, uBoxall, ozojoyina leli qembu ngasekuqaleni kwesizini elandelayo.

Funda nalolu daba: IPlatinum Stars ifuna ukudayisa ofunwa yiPirates.

Isikhulu esiphezulu kuleli qembu, uStan Matthews, uthe, “Siyajabula ukuthi sisayine uMichael, besfuna asheshe afike kodwa iqembu lakhe lasitshela ukuthi ubaluleke kakhulu kulona ngakho ngeke likwazi ukumdedela manje. Ngaleyo ndlela sizoze simthole ekupheleni kwesizini.”

UBoxall, ongumdlali wasemuva, usedlale eNew Zealand, eMelika kanye nase-Australia kuze kube manje.



 "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.