Abafundi bashayiswe ibhasi beya esikoleni ePinetown

2015-07-28 10:39

Durban – Amantombazane amabili alimale kanzima ngesikhathi eshayiswa ibhasi engesikhathi elibangisa esikoleni emgwaqweni u-Old School ePinetown entshonalanga yeTheku.

Okhulumela abakwa-ER24 uChitra Bodasing uthe la mantombazane womabili aneminyaka engu-17 ubudala atholwe edindilizile eceleni komgwaqo.

“Abosizo lokuqala bakwa-ER24 bafike endaweni yesigameko bathola la mantombazane edindilizile ngakwesokunxele emgwaqweni phakathi kweloli nebhasi.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe abagibeli kwesodlame lwamatekisi eGoli

Abosizo lokuqala bawaxilongile la mantombazane bathole ukuthi awalimalanga kakhulu.

Alashelwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuthi aphuthunyiswe esibhedlela iLife Crompton khona ePinetown,” esho.

UBodasing uqhube wathi imbangela yale ngozi ibingakaziwa kodwa kuzophenywa ngayo.

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

            - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.